AbaseKorinte I no II
Izincwadi zikaPawulu azibhalela ibandla laseKorinte zazibhalelwe ibandla ayelazi kahle. Wabhala ukulungisa izinkinga ayezwile ngazo ebandleni nokuyala nokuqondisa amakholwa okholweni lwawo. Kunezifundo ezibalulekile zebandla kulezi zincwadi, ikakhulukazi maqondana neTafula leNkosi kanye Nezipho Zomoya.
Comments are closed.