Isingeniso seTestamente Elisha: uMathewu

Isingeniso seTestamente Elisha: uMathewu

Izincwadi ezine zokuqala zeTestamente Elisha zibizwa ngokuthi “amavangeli,” okusho ukuthi “izindaba ezinhle.” Zibalulekile ekwambulweni kwecebo likaNkulunkulu laphakade lokuhlenga nokusindisa isintu esilahlekile. Zivame ukubizwa ngokuthi yizincwadi ezilandisa ngokuphila kothile ngoba ngayinye ixoxa ngendaba kaJesu, ukuzalwa kwakhe, inkonzo yakhe, ukufa nokuvuka kwakhe. Izindaba ezinhle zamaVangeli ukuthi uJesu usefikile, ukuthi unguMsindisi neNkosi, futhi abantu bangazi ukuthi lokhu kuyiqiniso ngoba uNkulunkulu umvusile kwabafileyo. Lesi sigaba sigxile kakhulu Evangelini elide kunawo wonke lawa amane, iVangeli likaMathewu.

Lessons

Izifundo Ezitholakalayo:

Ukuthatheka Okumangalisayo

Author: zulu@auth

Izinkonzo Zika Mesiya.

Author: zulu@auth

Isu Lomsindisi

Author: zulu@auth

Umbuso Wakho Mawufike

Author: zulu@auth

Izinhlupheko ZikaKristu

Author: zulu@auth

Ufudu Esigxotsheni Socingo

Author: zulu@auth

Ukulunga Ebudlelwaneni.

Author: zulu@auth

Ukukhetha Kwalabo Abazibophezele

Author: zulu@auth

Ukuthunywa Kwabazibophezele

Author: zulu@auth

Izimbewu, Inhlabathi kanye Namadodana

Author: zulu@auth

Ukukholwa, Ukuthethelela noMndeni

Author: zulu@auth

Ukubizelwa Ekuzibophezeleni

Author: zulu@auth

Comments are closed.