Umlando: AbaHluleli – U-Esteri

Umlando: AbaHluleli – U-Esteri

AbaHluleli kuya ku-Esteri baqhubeka nomlando wakwa-Israyeli ukusuka lapho kugcine khona encwadini kaJoshuwa. Ngemva kokufa kukaJoshuwa, u-Israyeli wabuswa uchungechunge lwabaHluleli. Lesi sikhathi emlandweni wakwa-Israyeli saziwa njengokuwohloka kokulalelwa kukaNkulunkulu. Abantwana bakwa-Israyeli ziyaqhubeka nokuthonywa ngamasiko Amaqaba ahlukahlukene ezweni futhi ekugcineni bakhala kuNkulunkulu becela ukubuswa yinkosi engumuntu. UNkulunkulu ubanikeza isifiso sabo nakuba empeleni bekuwukulahla uNkulunkulu njengenkosi yabo. Inkosi yokuqala iba yisehluleki kepha inkosi yesibili neyesithathu yakwa-Israyeli – uDavid noSolomoni – baphila ngezikhathi zokuchuma okukhulu emlandweni wombuso wakwa-Israyeli, kubandakanya nokwakhiwa kwethempeli likaNkulunkulu eJerusalema. Ngemva kokufa kukaSolomoni, umbuso wakwa-Israyeli wahlukaniswa ube yimibuso emibili – umbuso waseNyakatho nowaseNingizimu. Ukusuka lapha indaba yakwa-Israyeli ivama kakhulu ukona kuNkulunkulu kuze kube yilapho yomibili le mibuso inqotshwa eminye imibuso futhi abantu bayathunjwa. Kepha le ndaba ayigcini lapho, uNkulunkulu akaqedile ngabantu Bakhe futhi uhlala ethembekile esivumelwaneni yize abantwana bakwa-Israyeli bengazange bathembeke. Izincwadi zokugcina kule ngxenye zilandisa ngokwethembeka kukaNkulunkulu ekudingisweni kanye nokuvuswa kwabaholi ababuyisela abantu ezweni uNkulunkulu alithembisa.

Lessons

Izifundo Ezitholakalayo:

Ubuhlungu Bokusuka kuNkulunkulu!

Author: zulu@auth

Wonke Umuntu Endaweni Yakhe

Author: zulu@auth

Inganekwane Yokuhlengwa

Author: zulu@auth

Uthando Ngokuhlangana Kwamehlo

Author: zulu@auth

Umbuso KaNkulunkulu.

Author: zulu@auth

u-Nkulunkulu Ungizwile

Author: zulu@auth

Ukulalela Okugcotshiweyo.

Author: zulu@auth

Wehluleka Kanjani ngempumelelo?

Author: zulu@auth

Ukubusiseka Kwe-Ntethelelo

Author: zulu@auth

Amakhosi nabaPhrofethi

Author: zulu@auth

Ukuvuka Nokuwa koMbuso

Author: zulu@auth

Izinto Ezishiywe Ngaphandle

Author: zulu@auth

Ukwakheka kwesimo Somholi

Author: zulu@auth

Comments are closed.