Liyini iBhayibheli?

Siqala uhambo ngeBhayibheli Elingcwele, isifundo esihlelekile kodwa esiwusizo kuzo zonke izincwadi ezingamashumi ayisithupha nesithupha(66), kusukela kuGenesise kuya kuSambulo. Sizofunda ngokuphefumulelwa kweZwi likaNkulunkulu elalotshwa amadoda angaba ngamashumi amane(40), azo zonke izindlela zokuphila, phakathi neminyaka engaba inkulungwane namakhulu ayisihlanu(1500)  Amaqiniso esiwatholayo angasilungisa, asiholele ezindleleni ezifanele, futhi asihlomise wonke umsebenzi omuhle lapho sizimisele ukulalela. 

Back to: UGenesise no-Eksodusi

Leave a Reply