Ucansi (Ingxenye yesibili)

UNkulunkulu wayehlose ucansi ngezinjongo eziningi. Enye yezinjongo zokuqala ukuzala, kodwa futhi kuhloswe ukuba kube indlela yokukhuluma kwabashadile. Ngeshwa, lokho uNkulunkulu akwenza ngenjongo yokubonisa injabulo yobunye ngokuvamile kuba esinye sezithiyo ezinkulu kakhulu ebunyeni bethu. IZwi likaNkulunkulu lisibonisa ukuthi isimo sethu sengqondo nalokho esikulindele ngobulili kufanele kube yini esimeni esimiswe uNkulunkulu somshado nomndeni; ukuletha ukwaneliseka nenjabulo kubo bobabili indoda nomfazi. 

Audio Lesson:

Back to: Umndeni Nomshado

Leave a Reply