UJesu wabuza wathi: “Nina-ke nithi ngingubani na? UPetru waphendula, wathi: “Wena unguKristu!, okusho ukuthi uMesiya othenjisiwe. UJesu wayecacisile bha ukuthi uBaba wayekwembulele lokhu kuPetru. UJesu wakha iBandla Lakhe phezu kwesimangaliso sokuthi abantu abavamile, njengoPetru, bangavuma into emangalisayo njengaleyo. Eqinisweni, iBandla ligcwele abantu abavamile abenza izinto ezingavamile ngoba bevuma uJesu njengoMesiya futhi benikwa amandla nguMoya oNgcwele.
Leave a Reply
You must be logged in to post a comment.