Ukucabanga NgokobuKristu

Imifanekiso eminingi kaJesu isifundisa indlela yokukhuluma nendlela yokusabela esifundisweni sakhe. UJesu wasebenzisa izingathekiso ezivela ekuphileni okuvamile, kwansuku zonke okwakuzoqondwa izilaleli Zakhe. Nokho iningi labaholi bezenkolo lenqaba imfundiso Yakhe futhi laphikisana nomsebenzi Wakhe. Ngezingathekiso nemifanekiso, njengewayini elisha emiphongolweni yewayini emisha noma into entsha yokulungisa izingubo, uJesu usifundisa indlela yokuzwa nokulalela iZwi laKhe. Imfundiso kaJesu ibekelwe ukuguqula izingqondo zethu, izimpilo zethu kanye namazinga wethu. 

Audio Lesson:

Back to: ULuka noJohane

Leave a Reply