Ukukholwa Okubonakala Nxazonke Kuyini ukukholwa? Kusebenza kanjani ukukholwa? Incwadi kaJoshuwa isinika imifanekiso eyishumi nesithupha(16) yokubonisa ukholo. UNkulunkulu ngezinye izikhathi uyovivinya ukholo lwakho kodwa ungaba nesiqiniseko sokuthi angeke akuyise lapho umusa wakhe ungeke ukugcine khona. Uma wazi ukuthi uNkulunkulu ukuholela ekwenzeni okuthile, kwenze. Uhlelo lwakhe luhlezi luyisu elilungile. UJoshuwa usifundisa ukuthi ukholo luyasebenza. Lapho ukholo luhamba, luyasebenza, futhi lapho ukholo lusebenza, lunqoba izimpi zokuphila. Audio Lesson: Isifundo Somhlahlandlela Somholi Ngamunye Isifundo Sencwadi Yomfundi Ngamunye ngamunye Share this lesson in your networks:
Leave a Reply
You must be logged in to post a comment.