IVangeli likaJohane lihlukile ngezindlela eziningi: izinhloso zalo, indlela yalo yokubhala, kanye nelikuqukethe kwehlukile kunakwamanye amavangeli. Ivangeli likaJohane laliqondiswe ngqo kulabo abangakholwa, ukuze balethwe ekukholweni. UJohane uphendula imibuzo eyisisekelo esahlukweni ngasinye: Ungubani uJesu, Kuyini ukukholwa, Kuyini ukuphila? Uloba izibonakaliso noma izimangaliso eziningi ezikhuthaza futhi ziqinise ukholo futhi zifakazele ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu.
Leave a Reply
You must be logged in to post a comment.