Yingani Sifunda Umlando Wama Hebheru

Singasho ukuthi izincwadi zokuqala eziyishumi nesikhombisa zeTestamente Elidala ziyizincwadi zomlando. Pho kungani kufanele sifunde umlando omningi kangaka walesi sizwe esincane sakwa-Israyeli? Esinye isizathu siwukubheka izibonelo nezixwayiso. Lapho amaHeberu elalela iZwi likaNkulunkulu, uNkulunkulu wayewabusisa, futhi ayizibonelo kithi. Lapho bengahloniphi, baphila ngaphansi kwesiqalekiso sikaNkulunkulu, futhi izimpilo zabo ziyizixwayiso kuwe nakimi. 

Audio Lesson:

Back to: Umlando: AbaHluleli – U-Esteri

Leave a Reply