Uthando Ngokuhlangana Kwamehlo Incwadi kaRuthe ingumfanekiso ojulile obonisa ukuhlengwa. Ukuhlenga kusho ukubuyisa nokubuyisela. UBhowazi wamhlenga uRuthe; okokuqala wamthenga futhi lapho esekhokhe zonke izikweletu zakhe, wabe esesungula ubuhlobo naye obambuyisela emndenini kaNkulunkulu. Funda ukuthi ngendlela efanayo kufanele sinqume ukuthi sifuna uJesu abe umhlengi wethu, asithenge futhi asibuyisele emndenini kaNkulunkulu. Audio Lesson: Isifundo Somhlahlandlela Somholi Ngamunye Isifundo Sencwadi Yomfundi Ngamunye ngamunye Share this lesson in your networks:
Leave a Reply
You must be logged in to post a comment.