Wehluleka Kanjani ngempumelelo?

Ngokuphila kweNkosi uDavide, singafunda ukuphumelela ngokwehluleka. Ingxenye enkulu yokuphila kwakhe, uDavide wayeyisibonelo esihle. Kodwa ngesikhathi esisodwa sokuphila kukaDavide, wenza izono zokuphinga nokubulala; unyaka wonke, wazama ukufihla isono sakhe. Izono zakhe zisibonisa ukuthi ngisho nabantu abesaba uNkulunkulu bangase bawele esilingweni uma bengaqaphile. Ukuphila kukaDavide kusifundisa ukuthi okubalulekile yindlela esisabela ngayo lapho sehluleka. 

Audio Lesson:

Back to: Umlando: AbaHluleli – U-Esteri

Leave a Reply