Ukubusiseka Kwe-Ntethelelo

UNkulunkulu wabuyisela umphefumulo nombuso weNkosi uDavide nakuba yayihlulekile ngokokuziphatha nangokomoya. Kodwa isibusiso sokuthola intethelelo nokubuyiselwa kukaNkulunkulu safika kuphela emva kokuba uDavide esehambe ezindleleni zokulunga ngokuvuma isono sakhe, ephenduka kuso, futhi ezibophezela ukulandela indlela yeNkosi. NjengoDavide, sonke sinenkinga yecala. Isixazululo sikaNkulunkulu enkingeni yethu yecala ukuthethelela Kwakhe. 

Audio Lesson:

Back to: Umlando: AbaHluleli – U-Esteri

Leave a Reply