Izinhliziyo Ezibuhlungu

Incwadi kanye nempilo kaJobe isinika umbono omkhulu wokuthi singabhekana kanjani nokuhlupheka kanye nezilingo zethu. Abantu bakaNkulunkulu babelokhu behlupheka. Impilo inzima futhi iyaxaka, futhi ukuba ngumKristu akusikhiphi ezinkingeni zethu. Kodwa uNkulunkulu unomyalezo kithi lapho izinhliziyo zethu zibuhlungu: Ubuhlungu nokuhlupheka akunakugwenywa, kodwa usizi luyazikhethela. Lowo ngumlayezo wencwadi kaJobe. 

Audio Lesson:

Back to: Izinkondlo: UJobe – IsiHlabelelo SeziHlabelelo

Leave a Reply