Umbuso Wakho Mawufike

Esinye sezici ezibalulekile zeVangeli likaMathewu umbuso wezulu. UJesu weza kulo mhlaba njengeNkosi yombuso waphakade, womoya, ovulekele noma ubani okholwa Kuye futhi amenze iNkosi yezimpilo zabo. Uma sithandaza, sithandazela ukuthi umbuso Wakhe ufike. Impilo yethu yonke kufanele igxile kulomgomo: ukubona ukubusa kukaNkulunkulu okungokomoya kusungulwa ezimpilweni zethu nasezweni lethu ngamandla kaMoya oNgcwele. 

Audio Lesson:

Back to: Isingeniso seTestamente Elisha: uMathewu

Leave a Reply