Ivangeli Eliphelele.

UPawula uphetha kwabaseKhorinte Besibili ephosela inselelo kulabo abasebandleni ukuthi bazihlole ukuthi bakuKhristu ngempela yini. Incwadi elandelayo esiyifundayo incwadi kaPawula kwabaseGalathiya, lapho abaholi bamaJuda babefundisa ukuthi ukuze umuntu asindiswe futhi ahlale esindisiwe kwakufanele agcine imithetho yamaJuda. UPawula wathi uma kufika umuntu eshumayela ivangeli elehlukile makalahlwe, aqalekiswe ngoNkulunkulu, ngoba iVangeli alishumayelayo aliveli kuNkulunkulu. 

Audio Lesson:

Back to: Izincwadi zikaPawulu: abaseGalathiya – II Thimothewu

Leave a Reply