Imigudu yothando kanye Nenhliziyo Ehlanziwe Igama elithi ‘okuhle’ lisho ‘uthando olungenamibandela’. Lapho uDavide ebhala kumaHubo amashumi amabili nantathu ivesi lesithupha ukuthi okuhle kuyomlandela zonke izinsuku zokuphila kwakhe, igama alisebenzisayo elithi ‘landela’ empeleni lisho “ukulandelela”. Uthando lukaNkulunkulu olungenamibandela luyolandela uDavide impilo yakhe yonke. Lolu uhlobo lothando kwabanye okufanele nathi sibe nalo, uma sifuna ukufana noNkulunkulu. Audio Lesson: Isifundo Somhlahlandlela Somholi Ngamunye Isifundo Sencwadi Yomfundi Ngamunye ngamunye Share this lesson in your networks:
Leave a Reply
You must be logged in to post a comment.