Ubunjalo Babaphrofethi Abaprofethi kwakungamadoda avela ezizindeni eziningi ezihlukahlukene ayebizelwe ukuba akhulumele uNkulunkulu. Abaningi abaprofethi baxwayisa ngokwahlulela okuzayo. Kuzo zonke izixwayiso zabo, phakathi nezinsuku zobumnyama kakhulu zabantu bakaNkulunkulu, kunomyalezo womusa nethemba likaNkulunkulu. Ngethemba kuMesiya ozayo. UNkulunkulu ubiza wonke umKristu ukuba afanekise umusa neqiniso laKhe ezweni elifayo, njengoba nje acela abaprofethi ukuba benze eminyakeni eyizinkulungwane ezimbalwa edlule. Audio Lesson: Isifundo Somhlahlandlela Somholi Ngamunye Isifundo Sencwadi Yomfundi Ngamunye ngamunye Share this lesson in your networks:
Leave a Reply
You must be logged in to post a comment.