Isimemezelo Sika Mesiya

U-Isaya waprofetha ukuthi uNkulunkulu wayedinga umgwaqo omkhulu ayezohamba ngawo kulo mhlaba. Lowomgwaqo omkhulu wawuzoba nguMesiya, uNkulunkulu enyameni yomuntu. U-Isaya wathi uKristu wayeyoba ukubonakaliswa okuphelele koMoya kaNkulunkulu. Lapho uJesu echaza inkonzo Yakhe, wacaphuna isiprofetho sika-Isaya. Weza ukuletha izindaba ezinhle kwabahluphekayo nokuphilisa kwabadabukile izinhliziyo; ukumemezela ukukhululwa kwabathunjwa, nokumemezela ukuthi isikhathi somusa weNkosi sesifikile. 

Audio Lesson:

Back to: Abaprofethi Abakhulu: U-Isaya – uDaniyeli

Leave a Reply