Owahlupheka Endaweni Yethu

U-Isaya wabikezela indlela uMesiya, umhlengi othenjisiwe, ayeyoba ngayo esikhundleni sethu sokuhlupheka; kanye nenkonzo yaKhe yokuvula amehlo ezimpumputhe, nenkululeko kwabayizigqila, nokuphiliisa abaphukile. U-Isaya naye waprofetha ngokufa kwaKhe. Ngebanga labo bonke abantu abathi, njengezimvu ezilahlekileyo, baphendukele kweyethu indlela, uNkulunkulu wabeka ububi bethu phezu kukaJesu Kristu, owathwala isijeziso sezono zethu. U-Isaya uchaza ukubethelwa kukaJesu esiphambanweni emakhulwini eminyaka ngaphambi kokuba kwenzeke lapho ebhala ukuthi iNceku Ehluphekayo iyodelelwa, ilahlwe, ihlushwe, futhi ihlatshwe ngenxa yeziphambeko zethu. Kodwa ngamanxeba akhe siyophiliswa. 

Audio Lesson:

Back to: Abaprofethi Abakhulu: U-Isaya – uDaniyeli

Leave a Reply