Uchungechunge Lwesililo

UJeremaya washumayela ngesikhathi iJerusalema iphelelwe ithemba nalapho konke kwakubonakala sengathi akulungile. Wakubona konke ukuhlasela kweBabiloni kathathu nokuwa kweJerusalema. UJeremaya ubizwa ngokuthi umprofethi olilayo ngenxa yokuthi iziprofetho zakhe zigcwele izinyembezi nokulila. Wabikezela ukubuya kuka-Israyeli ekuthunjweni ngemva kweminyaka engamashumi ayisikhombisa. Njengo-Isaya, uJeremiya wabhala iziprofetho eziningana eziphathelene noMesiya ozayo. Lomlayezo wethemba wawungeke ube ngokaJuda kuphela, kodwa ngowomhlaba wonke. 

Audio Lesson:

Back to: Abaprofethi Abakhulu: U-Isaya – uDaniyeli

Leave a Reply