I-Bhabhiloni Liyakholwa

Ngesikhathi sikaDaniyeli, iBabiloni laliyinhloko-dolobha yombuso onamandla kunawo wonke owake waba khona. Inkosi yawo, uNebukadinesari, wayengumbusi onamandla noziqhenyayo. Esinye sezimangaliso eziphawuleka kakhulu esokuphenduka kukaNebukadinesari. Kunokuba amaJuda aguqulwe abe abaseBhabhiloni, abaseBabiloni bakholwa kuNkulunkulu kaDaniyeli, uNkulunkulu Oyedwa Weqiniso. UNebukadinesari wavuma ukuthi uNkulunkulu ungumbusi ofanelekayo wayo yonke imibuso yalelizwe. 

Audio Lesson:

Back to: Abaprofethi Abakhulu: U-Isaya – uDaniyeli

Leave a Reply