Umfanekiso Ofikisela Umunyu

UHoseya wayengumprofethi wothando lukaNkulunkulu ezizweni eziyishumi zombuso wasenyakatho wakwaIsrayeli phakathi nombuso ohlukene phakathi. Abantu bakwa-Israyeli babefulathele uNkulunkulu futhi bakhonza izithixo – ukuphinga ngokomoya. UHoseya washada nesifebe futhi wasithanda ngokungenamibandela njengomfanekiso ophilayo wothando lukaNkulunkulu. Ngenxa yokungathembeki kukaIsrayeli ngokomoya, lezi zizwe eziyishumi zazingeke ziphinde zizwakale, nokho uHoseya waprofetha ngokubuyela kwazo okungokomoya kuNkulunkulu ngolunye usuku. 

Audio Lesson:

Back to: Abaprofethi Abancane: uHoseya – uMalaki

Leave a Reply