U-Suku Lwe-Nkosi Nesikhonyane

Umlayezo kaJoweli woSuku LweNkosi uxuba iziprofetho nge zamanje, izehlakalo zomlando ezizayo, kanye nezehlo zokugcina zesikhathi sokuphela. USuku LweNkosi, njengoba uJoweli asebenzisa le nkulumo, lwandulela izinhlobonhlobo zezehlo asebenza kuzo: isijeziso, ukwahlulela, ukukhululwa, isibusiso nokunye. UJoweli uyasinxusa ukuthi usuku nosuku – oludlule, olwamanje, noluzayo – kufanele lubonakale njengosuku lukaJehova futhi asiphonsele inselelo yokubona isandla sikaNkulunkulu kukho konke okwenzeka kithi. 

Audio Lesson:

Back to: Abaprofethi Abancane: uHoseya – uMalaki

Leave a Reply