Umphrofethi Ongusopolitiki

Incwadi kaMika ibhala izintshumayelo ezintathu ezinkulu. Lo mprofethi wazalwa engumlimi, nokho wabizelwa ukuba ashumayele amazwi kaNkulunkulu kubaholi bezombangazwe nabangokomoya benhloko-dolobha yakwa-Israyeli neyakwaJuda. UMika wabeka abaholi icala ngokonakala kokuziphatha nokungokomoya kwabantu bakaNkulunkulu. UMika washumayela okuwukuphela kwendlela ababengakhululwa ngayo emaphutheni abo kwakuwukuba uNkulunkulu athumele uMbusi ofanele: uMesiya. 

Audio Lesson:

Back to: Abaprofethi Abancane: uHoseya – uMalaki

Leave a Reply