Isixazululo Sokugcina Sika-Nkulunkulu

Entshumayelweni yesithathu kaMika washumayela; UNkulunkulu ufisa ukuthi abantu Bakhe baphile ngokulunga, bathande umusa, futhi bahambe ngokuthobeka phambi Kwakhe. Emva kokukhuluma ngokwehluleka kokuziphatha kukahulumeni nokuwohloka okungokomoya kwa-Israyeli nakwaJuda, uMika washumayela  umlayezo wethemba ngesiprofetho esiphathelene noMesiya. Lapho uhulumeni wabantu wehlulekile eJerusalema naseSamariya, igunya likaKristu eliwujuqu lalingeke lihluleke, futhi wayeyoletha ukuthula kweqiniso kubantu baKhe. Wayezoba yisibonelo esiphelele soMprofethi, umShumayeli, neNkosi. 

Audio Lesson:

Back to: Abaprofethi Abancane: uHoseya – uMalaki

Leave a Reply