Gxilisa Ukukholwa Kwakho Umprofethi uHagayi usibonisa indlela yokubeka izinto eziza kuqala ekuphileni kwethu. Kulabo ababhekene nesomiso esingokomoya noma abathola ukuthi umsebenzi wabo awubusiswa uNkulunkulu, uHagayi uthi cabangelani izindlela zenu futhi nicabangele izindlela zikaNkulunkulu. UNkulunkulu ufuna sigxile emsebenzini awenzayo namuhla ahlela ukuwenza esikhathini esizayo. Kumelwe sivumele ukholo lwethu lugxilise izinto eziza kuqala kithi, umbono wethu, izisusa zethu, nokwesaba kwethu. Audio Lesson: Isifundo Somhlahlandlela Somholi Ngamunye Isifundo Sencwadi Yomfundi Ngamunye ngamunye/uploads/2020/02/pdf-icon.svg"> Share this lesson in your networks:
Leave a Reply
You must be logged in to post a comment.