Isambulo Manje

Ngokushumayela kukaZakariya, uNkulunkulu wayebizela abantu bakhe hhayi nje edolobheni noma ethempelini kodwa ukuba babuyele ezweni labo elingokomoya lobuhlobo Naye. Umlayezo wakhe oyinhloko wawuwukuthi uma abantu bebuyela kuNkulunkulu, uNkulunkulu wayezobuyela kubantu. UZakariya ungenye yezincwadi zesiprofetho ezibaluleke kakhulu, equkethe iziprofetho ezinemininingwane eminingi ngoMesiya ozayo kunanoma iyiphi incwadi, ngaphandle kuka-Isaya. UZakariya uprofetha ukuthi uNkulunkulu wayeyonika abantu bakhee uMoya waKhe futhi ababusise kuze kube phakade. 

Audio Lesson:

Back to: Abaprofethi Abancane: uHoseya – uMalaki

Leave a Reply