Lokho Okubonayo Yilokho Okutholayo UNkulunkulu wanikeza uZakariya imibono eyisishiyagalombili ukuze akhuthaze futhi aqinise abantu bakhe ababengenamandla nabadangele. Abadingisiwe babenezikhali ezimbalwa, izitha eziningi, nomsebenzi omkhulu. Babegxile ezinkingeni futhi bengaboni ukuthi bayoke balakhe kanjani kabusha ithempeli benezithiyo nezinkinga eziningi kangaka. Kodwa imibono kaZakariya yasusa iveyili yababonisa indlela uNkulunkulu ayesebenza ngayo ukuze afeze izinjongo zakhe. Iziprofetho zakhe zanikeza abantu bakaNkulunkulu ithemba namandla. Audio Lesson: Isifundo Somhlahlandlela Somholi Ngamunye Isifundo Sencwadi Yomfundi Ngamunye ngamunye Share this lesson in your networks:
Leave a Reply
You must be logged in to post a comment.